LUCKY CAIN UKHALA ngengcindezi nokhwantalala umnikazi wenkampani ethungatha abalingisi, iMasakhane Casting Agency, emuva ...
LUCKY CAIN KUSAZOTHATHA isikhathi ukuba iphele inkinga yamanzi ngaphansi kukaMasipala weTheku emuva kwesimemezelo semeya, ...
MTHOBISI SITHOLE BATHUKUTHELE bathelwa ngamanziabazali babafundi baseFanelesibonge High School, eQhudeni, eNquthu ngesinqumo ...
BHEKI NDLOVANA IKHOMISHANA elwela ukuvikelwa kwamalungelo abathengi, iNational Consumer Commission (NCC), inxusa abathengi baseNingizimu Afrika ukuba bawubuyisele ngokushesha ezitolo umkhiqizo ...
MTHOBISI SITHOLE UNXUSE abafundi bakamatikuletsheni ukuba badele konke abakwenzayo – ngisho imisebenzi yasekhaya uqobo – ...
THANDOLUHLE NGUBO UNGGQONGQOSHE wamaPhoyisa kuzwelonke uMnu Senzo Mchunu uveze ukuthi amaphoyisa ayabazi abantu abafunela ...
THANDOLUHLE NGUBO ZIZOFAKWA emabhukwini amnyama, zi-valwe ukuphinde zisebenze kuhulumeni izinkampani nabanikazi bazo abebethola amathenda eminyangweni kahulumeni kodwa umsebenzi ungaphothulwa ...
KWAKUNENDODA ngama-80s, eyayisivusa ekuseni njalo emsakazweni, uKhozi FM – usabizwa ngeRadio Zulu – imemeza ithi: “Aphi amadoda eMadadeni?” Abanye babethi: “Valani umsakazo nango-ke lowo muntu ...
UDEDELWE ngebheyili ka-R100 000 umbhali wemidlalo yakumabonakude uMnu Dumakude ‘Duma’ kaNdlovu (69), wodumo lwemidlalo okubalwa kuyo uMuvhango, Uzalo, Imbewu neminye. UNdlovu ubevele namuhla eNkantolo ...
BASALISA ngokubanjiswa udonga wuMnyango wezokuThuthukiswa koMnotho KwaZulu-Natal osomabhizinisi abasafufusa, abathi bathenjiswa izizumbulu zemali yoxhaso. Lab’ osomabhizinisi abavela ezindaweni ...
KUSOLWA izinkinga ezahlukene njengembangela yokubambezeleka kokubuya komdlalo kamabonakude, uShaka Ilembe, osematheni kulezi zinsuku emuva kokuqokwa kwawo izikhawu emcimbini wezindondo, iSouth African ...