MENZI JELE SAMUKELWE ngezandla ezimhlophe wumkhandlu wesiZwe sakwaButhelezi – esiholwa yiNkosi uZuzifa kaMangosuthu Buthelezi ...
MTHOBISI SITHOLE UNXUSE abafundi bakamatikuletsheni ukuba badele konke abakwenzayo – ngisho imisebenzi yasekhaya uqobo – ...
THANDOLUHLE NGUBO ZIZOFAKWA emabhukwini amnyama, zi-valwe ukuphinde zisebenze kuhulumeni izinkampani nabanikazi bazo abebethola amathenda eminyangweni kahulumeni kodwa umsebenzi ungaphothulwa ...
KWAKUNENDODA ngama-80s, eyayisivusa ekuseni njalo emsakazweni, uKhozi FM – usabizwa ngeRadio Zulu – imemeza ithi: “Aphi amadoda eMadadeni?” Abanye babethi: “Valani umsakazo nango-ke lowo muntu ...
BASALISA ngokubanjiswa udonga wuMnyango wezokuThuthukiswa koMnotho KwaZulu-Natal osomabhizinisi abasafufusa, abathi bathenjiswa izizumbulu zemali yoxhaso. Lab’ osomabhizinisi abavela ezindaweni ...
THANDOLUHLE NGUBO UNGGQONGQOSHE wamaPhoyisa kuzwelonke uMnu Senzo Mchunu uveze ukuthi amaphoyisa ayabazi abantu abafunela ...
UDEDELWE ngebheyili ka-R100 000 umbhali wemidlalo yakumabonakude uMnu Dumakude ‘Duma’ kaNdlovu (69), wodumo lwemidlalo okubalwa kuyo uMuvhango, Uzalo, Imbewu neminye. UNdlovu ubevele namuhla eNkantolo ...
This content is for Ilanga Subscribers only.
IYAQHUBEKA inkonzo yomngcwabo wamalungu awu 6, akwaKhambule, asocongwe ngesonto eledlule, njengoba isihlobo sesikhombisa sona sesingcwatshiwe. Kuzokhumbuleka ukuthi lo mndeni kushiye abaningi ...
UTHELEKE eNingizimu Afrika ehamba ngesihlalo esinamasondo, efake ukhonkolo emqaleni, wagodla nengalo uMnu Micheal Lomas, owayengusonkontileka esiteshini senkampani i-Eskom, iKusile, obebhace eLondon, ...
ILUNGU lomndeni walowo owayeyimeya kumasipala iNkosi uMtubatuba, nobephinde abe yikhansela uMnu Musawenkosi Qhina Mkhwazi, usuqinisekisile kuthi akasekho emhlabeni. Leli lunga liveze ukuthi uMnu ...